U-Alice Ezweni Lezimanga: Alice's Adventures in Wonderland in Zulu (Zulu Edition)

Type
Book
Authors
ISBN 10
1782010653 
ISBN 13
9781782010654 
Category
awu!ngifile ngomntanam  [ Browse Items ]
Publication Year
2014 
Publisher
Pages
160 
Description
Indaba ethi "Alice's Adventures in Wonderland" ngu­mphumela wogqozi lukaMfundisi Charles Lutwidge Dodgson owazalwa ngoMasingana ngonyaka we-1832 eDaresbury, eCheshire. Izincwadi zobucikomazwi wazikhi­pha ngegama lakhe losiba likaLewis Carroll. Wedlula emhlabeni ngo-1898. Incwadi yakhe esidume ngelika-"Alice in Wonderland" yashicilelwa okokuqala ngo-1865. Ukungena kwale ndaba enkundleni yezincwadi kwavusa isasasa elikhulu kubafundi bezincwadi, kangangoba nabakhuluma ezinye izilimi bafisa ukuba ihunyushelwe ezilimi zabo. Emva kweminyaka eyishumi nanye nje ishicilelwe ngesiNgisi, yase itholakala nangezinye izilimi, njengesiJalimane, isiFulentshi, isiSwidi, isiNtaliyane, isiDashi, nesiRashiya. Eminyakeni yawo-1900, kwavela imvula yezihumusho. Nangayo le minyaka yawo-2000 isahushunywa. Nokho sazi ukuthi okokuqala ukuba kushicilelwe isihumusho sesiZulu. --- The story "Alice's Adventures in Wonderland" was written by the Rev. Charles Lutwidge Dodgson, who was born in January in 1832 at Daresbury in Cheshire. His literary works appeared under the penname of Lewis Carroll. He passed away in 1898. His book, which is popularly referred to as "Alice in Wonderland", was published for the first time in 1865. Its appearance triggered much interest among readers, and people of other languages were keen to have it translated into their languages. Within a few years of its first publication it was available in languages such as German, French, Swedish, Italian, Dutch, and Russian. In the 1900s a flood of other translations appeared. Even in the current century new translations are being published. As far as we know, this is the first translation to be published in isiZulu. - from Amzon 
Number of Copies

REVIEWS (0) -

No reviews posted yet.

WRITE A REVIEW

Please login to write a review.